Islamic Information Centre

  • Increase font size
  • Default font size
  • Decrease font size

Miracles in the Quran

E-mail Print PDF

Science and Islam

Here are some examples from the Holy Quran where science is found perfectly compatible with the Holy Quran. I would like you to bear in mind that the Quran was revealed more than 1400 years ago at a time when there was no trace of science at all. Scientific research has only recently unfolded. Though we will not be able to discuss many comparatives, but for the benefit of the reader some examples will be given.

Read more...
 

UMvelinqangi ongabonwayo

E-mail Print PDF

UkuKholelwa kuMvelinqangi ongabonwayo

 

Isisekelo sokholo lwe-Islam ukuthi uMvelinqangi munye kuphela, ongabonwayo ongumdali wakho konke. Sithola yona lenqubo eyinqikithi ngoMvelinqangi enkolweni yendabuko yama-Afrika. Ngempela umlando ungubufakazi bokuthi abantu base- Afrika babenobuciko futhi bephiwe ubuchwepheshe bokuqopha nokubaza imifanekiso ngamatshe, ngobumba nokunye. Okuthokozisa kakhulu nokuncomekayo ukuthi asikaze sizwe ukuthi bake bazenzela umfanekiso ka Mvelinqangi.
Read more...
 

Funda ngenkolo ye-Islam

E-mail Print PDF

 

FUNDA NGENKOLO YE-iSLAM

OHAMBENI LWAMAHHALA LWASE MOSQUE

Ungaba kanjani ngomunye wabavakashela isonto (mosque) yakwaDukuza mahhala?

Ukuze ukwazi ukubhuka uhambo lwaseMosque, kudingeka uvakashele e- Islamic Information Centre, bayobe sebekuhlelela uhambo ohlelweni lwabo lwamasontonke.

Imininingwane yohambo

Usuku: Njalo ngolwesithathu

Isikhathi: 12:30 emini kuya ku 13:30 emini.

Ngingafona yini ukuze ngibhuke uhambo?

Yebo ungasifonela kulenombolo 032 5511 366

Ngingasivashela ngasikhathisini isikhungo ( Centre)?

Ngomsombuluko kuya kuLwesine sivula ngo 8:00 ekuseni; sivale ngo 4:30 ntambama

Sivalela idina kusukela ngo 1:00 emini kuya ku 2:00 emini

Ngolwesihlanu sivalela idina ngo 12:00 kuya ku 2:00 emini

NgoMgqibelo Sivula ngo 8:00 sivale ngo 12:30 emini

Read more...
 

Subscribe to IIC Newsletter










sms_logo

Hijri Date - SA